Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ongase Uxoxe Ngakho

Ongase Uxoxe Ngakho

●○○ LAPHO NIXOXA OKOKUQALA

Umbuzo: Kungani uNkulunkulu adala abantu?

UmBhalo: Gen 1:28

Ngokuzayo: Sazi kanjani ukuthi uNkulunkulu uzokufeza lokho ayekuhlosile ngabantu?

○●○ LAPHO UBUYELA OKOKUQALA

Umbuzo: Sazi kanjani ukuthi uNkulunkulu uzokufeza lokho ayekuhlosile ngabantu?

UmBhalo: Isaya 55:11

Ngokuzayo: Kuzoba njani ukuphila emhlabeni lapho uNkulunkulu esekufeza lokho ayekuhlosile?

○○● LAPHO UBUYELA OKWESIBILI

Umbuzo: Kuzoba njani ukuphila emhlabeni lapho uNkulunkulu esekufeza lokho ayekuhlosile?

UmBhalo: IHu 37:10, 11

Ngokuzayo: Ukuze sikuthole lokho uNkulunkulu akuthembisile, yini okufanele siyenze?

UMKHANKASO WESIMEMO SESIKHUMBUZO (Mashi 23–Ephreli 19):

Sicela ukukumema kulesi senzakalo esibaluleke kakhulu. Nasi esakho isimemo. NgoLwesihlanu, ngo-Ephreli 19, izigidi emhlabeni wonke zizobe zihlangene ukuze zikhumbule ukufa kukaJesu Kristu. Lesi simemo sinesikhathi nendawo esizobe sihlangene kuyo. Sicela ukukumemela nasenkulumweni enesihloko esithi “Lwela Ukuthola Ukuphila Kwangempela!” esizoba nayo ngesonto elandulela eleSikhumbuzo.

Ngokuzayo, Lapho Umninikhaya Ebonakala Ethanda Ukulalela: Kungani kwadingeka ukuba uJesu afe?