Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 23-29

GENESISE 27-28

Mashi 23-29
  • INgoma 10 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • UJakobe Uthola Izibusiso Ezimfanele”: (10 imiz.)

    • Gen 27:6-10—URebheka wasiza uJakobe ukuba athole izibusiso ezimfanele (w04 4/15 11 ¶4-5)

    • Gen 27:18, 19—UJakobe wazenza u-Esawu kuyise (w07 10/1 31 ¶2-3)

    • Gen 27:27-29—U-Isaka wanika uJakobe izibusiso zobuzibulo (it-1-E 341 ¶6)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Gen 27:46–28:2—Yiziphi izifundo abantu abashadile abangazifunda kule ndaba? (w06 4/15 6 ¶3-4)

    • Gen 28:12, 13—Lalisho ukuthini iphupho likaJakobe ‘lesikhwelo’? (w04 1/15 28 ¶6)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 27:1-23 (th isifundo 2)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okwesibili: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo bese ubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli ebemlalele umninikhaya ngesikhathi eveza imizwa yakhe? Yini ebonisa ukuthi ummemezeli ulisebenzise kahle iBhokisi Lamathuluzi Okufundisa?

  • Lapho Ubuyela Okwesibili: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 17 (th isifundo 11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU