Mashi 30–Ephreli 5
GENESISE 29-30
INgoma 93 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“UJakobe Uyashada”: (10 imiz.)
Gen 29:18-20—UJakobe wavuma ukusebenzela uLabani iminyaka engu-7 ukuze ashade noRaheli (w03 10/15 29 ¶6)
Gen 29:21-26—ULabani wakhohlisa uJakobe ngokumnika uLeya (w07 10/1 8-9; it-2-E 341 ¶3)
Gen 29:27, 28—UJakobe wazama ukuqhubeka ejabula naphezu kwezimo ezinzima
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Gen 30:3—Kungani uRaheli athi abantwana bakaBhiliha noJakobe bangabakhe? (it-1-E 50)
Gen 30:14, 15—Kungenzeka yini eyenza uRaheli wadela ithuba lakhe lokukhulelwa ukuze nje athole amamandrake? (w04 1/15 28 ¶7)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova uNkulunkulu, inkonzo yasensimini noma okunye?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Gen 30:1-21 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Zimisele Ekufundeni Nasekufundiseni: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Iyakha Futhi Iyakhuthaza, bese nixoxa ngesifundo 16 sencwajana ethi Zimisele.
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz. noma ngaphansi) bhs 59 ¶21-22 (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukuthuthukisa Amakhono Ethu Enkonzweni—Ukushumayeza Abantu Abangaboni”: (10 imiz.) Ingxoxo eqhutshwa umbonisi wenkonzo. Buza le mibuzo elandelayo: Kungani kubalulekile ukusiza abangaboni? Singabathola kuphi abantu abangaboni? Singaxoxa kanjani nabo? Yiziphi izincwadi esingazisebenzisa ukuze sisize abangaboni basondelane noJehova?
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaMashi ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 7 ¶15-27 Ukubukeza, ek. 66
Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)
INgoma 89 Nomthandazo