Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 9-15

GENESISE 24

Mashi 9-15

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo elandelayo: Yini ebonisa ukuthi ummemezeli uyisebenzise kahle imibuzo? Ummemezeli utheni lapho umninikhaya echaza ukuthi ungubani uJesu?

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)

  • Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni yangakini. (th isifundo 12)

  • Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz. noma ngaphansi) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ummninikhaya uyalalela. Yethula ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 11)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 25

  • Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMgqibelo, Mashi 14: (8 imiz.) Ingxoxo. Nikeza izilaleli isimemo, bese usho okuphakathi. Dlala ividiyo yesethulo sesimemo bese nixoxa ngayo. Chaza amalungiselelo enziwe ukuze kuhlanganiswe insimu.

  • Ngubani Engizommema?”: (7 imiz.) Ingxoxo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 6 ¶1-14

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz. noma ngaphansi)

  • INgoma 44 Nomthandazo