Ephreli 12-18
NUMERI 20-21
Ingoma 114 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Hlala Umnene Noma Ubhekene Nesimo Esinzima”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 20:23-27—Yini esingayifunda ku-Aroni lapho ethola isiyalo nasendleleni uJehova ayembheka ngayo naphezu kwamaphutha akhe? (w14 6/15 26 ¶12)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 20:1-13 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evame endaweni yangakini. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)
Inkulumo: (5 imiz.) g 1/15 9—Isihloko: Indlela Ongalawula Ngayo Intukuthelo? (th isifundo 16)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Khuluma “Noma Yiliphi Izwi Elakhayo” Kwabanye: (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Yibe usubuza izilalela le mibuzo: Ukukhononda kubathinta kanjani abanye? Yini eyasiza umfowethu kule vidiyo wenza ushintsho?
Melana Nokucindezela Kontanga!: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo yokufunda ngemidwebo. Yibe usubuza le mibuzo: Yikuphi ukucindezelwa abaningi ababhekana nakho? Sithini iseluleko esiku-Eksodusi 23:2? Yiziphi izinyathelo ezine ezingasisiza simelane nokucindezela kontanga?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 7 ¶16-23
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 129 Nomthandazo