AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Hlala Umnene Noma Ubhekene Nesimo Esinzima
Ubumnene bukaMose bavivinywa lapho ecindezekile (Num 20:1-5; w19.02 12 ¶19)
UMose wahluthuka okwesikhashana (Num 20:10; w19.02 13 ¶20-21)
UJehova wamsola uMose no-Aroni ngenxa yephutha labo (Num 20:12; w09 9/1 19 ¶5)
Ubumnene buwukubamba intukuthelo, ngaphandle kokuziphakamisa noma ukuqhosha. Buyamsiza umuntu akhuthazelele ukoniwa ngaphandle kokucasuka, ukuthukuthela noma ukuziphindiselela.