Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI | YIJABULELE NAKAKHULU INKONZO YAKHO

Sebenzisa IZwi LikaNkulunkulu

Sebenzisa IZwi LikaNkulunkulu

IZwi likaNkulunkulu linamandla! (Heb 4:12) Lingathinta ngisho nezinhliziyo zabantu abangamazi uNkulunkulu. (1Th 1:9; 2:13) Siyajabula kakhulu lapho othile ebonga ngeqiniso leBhayibheli esimbonise lona.

BUKANI IVIDIYO ETHI KUJABULELE UKWENZA ABAFUNDI—THUTHUKISA IKHONO LAKHO—SEBENZISA AMANDLA EZWI LIKANKULUNKULU BESE NIPHENDULA LE MIBUZO ELANDELAYO:

  • UNonto walisebenzisa kanjani iZwi likaNkulunkulu ukuze asize uMbali abone ukuthi kungani kubalulekile ukuhlola iZwi likaNkulunkulu?

  • UNonto walisebenzisa kanjani iZwi likaNkulunkulu ngokufunda umBhalo ngokuzwakalayo bese eveza iphuzu eliyinhloko evesini?

  • Yini ebonisa ukuthi umbhalo wayithinta inhliziyo kaMbali futhi ucabanga ukuthi kwamthinta kanjani uNonto?