AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
UJehova Ushintsha Isiqalekiso Siba Isibusiso
AbakwaMowabi babezama ukulimaza ama-Israyeli (Num 22:3-6)
UJehova wabasiza abantu bakhe (Num 22:12, 34, 35; 23:11, 12)
Akekho ongamelelana noJehova aphumelele (Num 24:12, 13; bt 53 ¶5; it-2-E 291)
Akukho lutho ngisho noshushiso noma izinhlekelele okungavimbela izindaba ezinhle ukuba zishunyayelwe ngokwentando kaNkulunkulu. Lapho sibhekene nobunzima, siyathembela yini kuBaba wethu osezulwini futhi senze ukumkhonza kuhlale kuza kuqala ekuphileni kwethu?