Ephreli 5-11
NUMERI 17-19
Ingoma 80 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yimi Ifa Lakho”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 18:19—Isho ukuthini inkulumo ethi “isivumelwano sikasawoti saphakade”? (g02-E 6/8 14 ¶2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 18:1-13 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: UJesu—Mat 20:28. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mbonise okuthile okuseBhokisini Lethu Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 6)
Inkulumo: (5 imiz.) w18.01 18 ¶4-6—Isihloko: Kungani Kufanele Simuphe UJehova? (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (15 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 7 ¶8-15 nebhokisi 7A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 7 Nomthandazo