Mashi 1-7
Numeri 7-8
Ingoma 4 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Esikufundayo Ngekamu Lakwa-Israyeli”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 8:17—UJehova wayewabheka kanjani amazibulo esilisa akwa-Israyeli? (it-1-E 835)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 7:1-17 (th isifundo 5)
UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Isimemo Sesikhumbuzo: (2 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 11)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu obonakale ethanda ukulalela nosamukele isimemo seSikhumbuzo. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Memela umuntu obufunda naye iBhayibheli eSikhumbuzweni. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Memela eSikhumbuzweni isihlobo owake wasishumayeza. (th isifundo 17)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaMashi ethi Okufezwa Inhlangano.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 5 ¶17-22 nebhokisi 5A
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 127 Nomthandazo