Mashi 29–Ephreli 4
NUMERI 15-16
Ingoma 101 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Qapha Ukuzikhukhumeza Nokuzethemba Ngokweqile”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 15:32-35—Le ndaba isifundisani? (w98 9/1 19 ¶1-2)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 15:1-16 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: UJesu—Mat 16:16. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 1)
Inkulumo: (5 imiz.) w15 5/15 10 ¶5-6—Isihloko: Yimuphi Umehluko Phakathi Kokuziqhenya Okufanele Nokungafanele? (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ungalingisi Abangathembekile”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Ungalingisi Abangathembekile.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 7 ¶1-7 nevidiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 126 Nomthandazo