Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 8-14

NUMERI 9-10

Mashi 8-14
  • Ingoma 31 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Indlela UJehova Abahola Ngayo Abantu Bakhe”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • Num 9:13—AmaKristu angafundani kulesi siqondiso esiya ku-Israyeli? (it-1-E 199 ¶3)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 10:17-36 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kokuba umninikhaya ebonise ukuthi uyathanda, mbonise ividiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 11)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Memela eSikhumbuzweni osebenza naye noma ofunda naye owake wamshumayeza. (th isifundo 2)

  • Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) bhs 214, umbhalo osekugcineni 16​—Memela eSikhumbuzweni ofunda naye iBhayibheli, bese umchazela ngokomBhalo ukuthi kungani kungafanele adle izifanekiselo. (th isifundo 17)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • Ingoma 84

  • Izinguquko ZaseBethel Zisekela Umsebenzi Wokushumayela: (10 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Buza izilaleli: Yisiphi isimemezelo esenziwa emhlanganweni waminyaka yonke wango-2015, futhi kwathiwa yiziphi izinto ezimbili ezenza kwenziwa lolo shintsho? Yiluphi ushintsho olwenziwa eBethel, futhi lwazuzisa ngani? Lesi saziso sakuthinta kanjani ukuthuthwa kwegatsha laseBrithani? Lonke lolu shintsho lubonisa kanjani ukuthi uJehova uyasihola?

  • Okwenza Seza E-Bethel: (5 imiz.) Dlala le vidiyo.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 6 ¶1-6 nevidiyo eyisethulo

  • Amazwi Okuphetha (3 imiz.)

  • Ingoma 12 Nomthandazo