Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Indlela Yokuba Umngane Okahle

Indlela Yokuba Umngane Okahle

Duduza futhi ukhuthaze umngane wakho lapho ecindezelekile (1Sa 20:1, 2; w19.11 7 ¶18)

Mxwayise umngane wakho uma kunengozi (1Sa 20:12, 13; w08 2/15 8 ¶7)

Mlwele umngane wakho lapho bemkhuluma kabi (1Sa 20:30-32; w09 10/15 19 ¶11)

Abantu bakaJehova banamathuba amaningi okwakha ubungane nabanye abantu. Ukuze sibe nabangane nathi kumelwe sibe abangane. Ubani ongathanda ukuba umngane wakhe ebandleni?