Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

March 21-27

1 SAMUWELI 16-17

March 21-27
  • Ingoma 7 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (1 umz.)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Impi IngekaJehova”: (10 imiz.)

  • Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)

    • 1Sa 16:14​—Kungamuphi umqondo uSawule athola “umoya omubi” ovela kuJehova? (it-2-E 871-872)

    • Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 16:1-13 (th isifundo 5)

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Isimemo SeSikhumbuzo: (2 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 11)

  • Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Mema osebenza naye, ofunda naye noma isihlobo oke wasishumayeza ngaphambilini. (th isifundo 2)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu oxoxe naye, wamukela isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukuxoxa nani. (th isifundo 4)

  • Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Buyela kumuntu oxoxe naye, wamukela isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukuxoxa nani. Mbonise iwebusayithi yethu. (th isifundo 20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU