Mashi 7-13
1 SAMUWELI 12-13
Ingoma 4 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukugabadela Kuholela Ekuhlazekeni”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
1Sa 12:21—Kwenzeka kanjani ukuba abantu balandele “izinto eziyize” (noma, “ezingekho,” mbhw.)? (w11 7/15 13 ¶15)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Sa 12:1-11 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Nixoxa Okokuqala: UJesu—Mat 16:16. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana, bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 1)
Esifundweni SeBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 04 isethulo namaphuzu 1-2 (th isifundo 13)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaMashi ethi Okufezwa Inhlangano.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 21 ¶13-18
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 26 Nomthandazo