Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Ukugabadela Kuholela Ekuhlazekeni

Ukugabadela Kuholela Ekuhlazekeni

INkosi uSawule yabona ukuthi yayibhekene nesimo esinzima kakhulu (1Sa 13:5-7)

Kunokuba uSawule alandele iziqondiso zikaJehova ngokuthobeka, wagabadela (1Sa 13:8, 9; w00 8/1 13 ¶17)

UJehova wamjezisa uSawule (1Sa 13:13, 14; w07 6/15 27 ¶8)

Umuntu usuke egabadela uma enza okuthile angagunyaziwe ukuba akwenze ngamawala noma ngobuwula. Ukugabadela kuphambene nokuthobeka. Yiziphi izimo ezingalingela othile ukuba agabadele?