Ephreli 10-16
2 IZIKRONIKE 8-9
Ingoma 88 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yakwazisa Ukuhlakanipha”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 9:19—Kungenzeka yayimelelani imifanekiso yamabhubesi angu-12 angasesihlalweni sobukhosi sikaSolomoni? (it-2-E 1097)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 8:1-16 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: UJesu—Mat 16:16. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 2)
Esifundweni seBhayibheli: (5 imiz.) lff isifundo 09 iphuzu 6 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ukufunda IBhayibheli Nsuku Zonke Nokufuna Ukuhlakanipha”: (15 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 42 nombhalo osekugcineni 4
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 131 Nomthandazo