Ephreli 17-23
2 IZIKRONIKE 10-12
Ingoma 103 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Zuza Eselulekweni Esihlakaniphile”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 11:15—Kungenzeka isho ukuthini inkulumo ethi “amademoni anjengezimbuzi”? (it-1-E 966-967)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 10:1-15 (th isifundo 2)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula ophikisa ngendlela evamile endaweni. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 6)
Inkulumo: (5 imiz.) be 69 ¶4-5—Isihloko: Qeqesha Ofunda Nabo IBhayibheli Lapho Becela Iseluleko (th isifundo 20)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Indlela Yokusebenzisa Amavidiyo Okuqala Isifundo SeBhayibheli”: (5 imiz.) Inkulumo nevidiyo. Dlala ividiyo ethi Uyamukelwa Esifundweni Sakho SeBhayibheli.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 43
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 121 Nomthandazo