INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
Thembela KuJehova—Nini?
U-Asa wathembela kuJehova ukuze anqobe ibutho lempi elikhulu (2Kr 14:9-12; w21.03 5 ¶12)
Ngokuhamba kwesikhathi, u-Asa wathembela kwabaseSiriya ukuze anqobe ibutho elincane (2Kr 16:1-3; w21.03 5 ¶13)
UJehova akazange ajabule ngo-Asa ngenxa yokuthi akazange aqhubeke efuna usizo kuYe (2Kr 16:7-9)
Singase sithembele kuJehova lapho senza izinqumo ezishintsha ukuphila kwethu kodwa kuthiwani ngezinye izikhathi? Kubalulekile ukumqaphela uJehova kuzo zonke izindlela zethu.—IzA 3:5, 6; w21.03 6 ¶14.