Mashi 13-19
1 IZIKRONIKE 27-29
Ingoma 133 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“UBaba Weluleka Indodana Yakhe Ngothando”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 27:33—UHushayi uyisibonelo esihle somngani oqotho, kanjani? (w17.03 29 ¶6-7)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 27:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: UJesu—Mat 20:28. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Buyela kumuntu obonise ukuthi uyathanda ukufunda nowamukele isimemo seSikhumbuzo. Yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Kungani UJesu Afa? (kodwa ungayidlali) (th isifundo 9)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Buyela kumuntu obonise ukuthi uyathanda ukufunda nowamukele isimemo seSikhumbuzo. Qala isifundo seBhayibheli ngencwajana ethi Phila Kuze Kube Phakade! (th isifundo 6)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
Okufezwa Inhlangano: (10 imiz.) Dlala ividiyo kaMashi ethi Okufezwa Inhlangano.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 40
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 45 Nomthandazo