Mashi 27–Ephreli 2
2 IZIKRONIKE 5-7
Ingoma 129 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“‘Inhliziyo Yami Iyoba Kuyo Ngaso Sonke Isikhathi’”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
2Kr 6:29, 30—La mazwi omthandazo kaSolomoni angasiduduza kanjani? (w10 12/1 11 ¶7)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 2Kr 6:28-42 (th isifundo 11)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kokuba umninikhaya ebonise ukuthi uyathanda ukufunda, yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu (kodwa ungayidlali) (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Lapho inkulumo yeSikhumbuzo isiphelile, xoxa nomuntu ommemile futhi uphendule imibuzo yakhe ngokuphathelene nalo mhlangano. (th isifundo 17)
Inkulumo: (5 imiz.) w93 2/1 31—Isihloko: Kuthiwani Uma Umuntu Engakwazi Ukuba Khona Esikhumbuzweni Ngenxa Yezimo Ezithile Ezikhethekile? (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Qapha Inhliziyo Yakho”: (10 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 41 iphuzu 5, ukubuyekeza, ufundeni nomgomo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 34 Nomthandazo