Mashi 6-12
1 IZIKRONIKE 23-26
Ingoma 123 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukukhonza Ethempelini Kuhleleka Kahle Kakhulu”: (10 imiz.)
Amagugu Angokomoya: (10 imiz.)
1Kr 25:7, 8—La mavesi akubonisa kanjani ukubaluleka kokucula izingoma zokudumisa uJehova? (w22.03 22 ¶10)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) 1Kr 23:21-32 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Yesimemo SeSikhumbuzo: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Umkhankaso Wesimemo SeSikhumbuzo. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilalaleli imibuzo evela kuvidiyo.
Isimemo SeSikhumbuzo: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Ngemva kokuba umninikhaya ebonise ukuthi uyathanda ukufunda, yethula futhi nixoxe ngevidiyo ethi Khumbula Ukufa KukaJesu (kodwa ungayidlali) (th isifundo 11)
Inkulumo: (5 imiz.) w11 6/1 14-15—Isihloko: Kungani AmaKristu Ehlelwe Kahle? (th isifundo 14)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Ungasiza Kanjani Ngemva Kwenhlekelele”: (10 imiz.) Ingxoxo nevidiyo.
Umkhankaso WeSikhumbuzo Ozoqala NgoMgqibelo, Mashi 11: (5 imiz.) Ingxoxo. Buyekeza kafushane isimemo. Chaza ngamalungiselelo enkulumo ekhethekile neSikhumbuzo nokuthi insimu izohlanganiswa kanjani.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lff isifundo 39 nombhalo osekugcineni 3
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 127 Nomthandazo