INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukukhonza Ethempelini Kuhleleka Kahle Kakhulu
INkosi uDavide yahlela amaLevi nabapristi ababezokhonza ethempeli (1Kr 23:6, 27, 28; 24:1, 3; it-2-E 241, 686)
Abahlabeleli abanekhono nalabo ababeqeqeshelwa umculo babelwa ukuba babe seqenjini lomculo (1Kr 25:1, 8; it-2-E 451-452)
AmaLevi abelwa ukuba abe abalindisango, abengamela ingcebo nezinye izikhulu (1Kr 26:16-20; it-1-E 898)
Ukukhonza ngendlela ehlelekile kuveza ubuntu bukaJehova.—1Ko 14:33.
ONGAZINDLA NGAKHO: Lihleleke kahle kanjani ibandla lobuKristu namuhla ukuze kukhonzwe uJehova?