Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Ephreli 15-21

IHUBO 29-31

Ephreli 15-21

Ingoma 108 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. Isiyalo—Siyindlela UNkulunkulu Abonisa Ngayo Uthando

(10 imiz.)

UJehova wafihla ubuso bakhe ngemva kokungalaleli kukaDavide (Hu 30:7; it-1-E 802 ¶3)

UDavide owayesephendukile wancenga uJehova ukuba ambonise umusa (Hu 30:8)

UJehova akahlalanga emthukuthelele uDavide (Hu 30:5; w07 3/1 19 ¶1)


IHubo 30 kungenzeka libhekisela kulokho okwenzeka ngemva kokuba uDavide ebale ama-Israyeli.—2Sa 24:25.

ONGAZINDLA NGAKHO: Umuntu osusiwe ekuhlanganyeleni angazuza kanjani esiyalweni futhi enze izinto ezibonisa ukuthi uyaphenduka?—w21.10 6 ¶18.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 31:23—UJehova umjezisa kanjani ngokwedlulele umuntu oqhoshayo? (w06 5/15 19 ¶13)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(1 umz.) UKUSHUMAYELA OBALA. Kafushane, shumayeza umuntu omatasa. (lmd isifundo 5 iphuzu 3)

5. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Bonisa umama ividiyo yezingane, umchazele ukuthi angawatholaphi amanye amavidiyo. (lmd isifundo 3 iphuzu 3)

6. Ukubuyela Koxoxe Naye

(3 imiz.) UKUSHUMAYELA OBALA. Cela ukufunda iBhayibheli nomuntu owake wenqaba ngaphambili. (lmd isifundo 8 iphuzu 3)

7. Ukwenza Abafundi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 45

8. Okwenza Sibe Nokholo . . . Othandweni LukaNkulunkulu

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:

Le ndaba isifundisani ngothando lukaNkulunkulu?

9. Umbiko Wamuva Wohlelo Lokuklama Nokwakha Lwakuleli Luka-2024

(8 imiz.) Inkulumo. Dlala IVIDIYO.

10. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

(30 imiz.) bt isahl. 8 ¶13-21

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 99 Nomthandazo