Ephreli 22-28
IHUBO 32-33
Ingoma 103 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Kungani Kufanele Usivume Isono Esikhulu Osenzile?
(10 imiz.)
UDavide wacindezeleka lapho ezama ukufihla izono zakhe, mhlawumbe lezo ezithinta uBhati-sheba (Hu 32:3, 4; w93 3/15 9 ¶7)
UDavide wasivuma isono sakhe kuJehova futhi wamthethelela (Hu 32:5; cl 262 ¶8)
UDavide wakhululeka ngemva kokuba uJehova esemthethelele (Hu 32:1; w01 6/1 30 ¶1)
Uma senze isono esikhulu, kufanele sisivume ngokuthi sizithobe sivume isono sethu kuJehova, simcele asithethelele. Kufanele sicele nosizo kubadala, abazosisiza siphinde sisondelane noJehova. (Jak 5:14-16) Ukwenza kanjalo kuyosenza sithole ukuqabuleka okuvela kuJehova.—IzE 3:19.
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 33:6—Uyini ‘umoya’ womlomo kaJehova? (w06 5/15 20 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 33:1-22 (th isifundo 11)
4. Thobeka—Lokho UPawulu Akwenza
(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, ngemva kwalokho xoxani ngencwajana ethi Thanda Abantu isifundo 4 amaphuzu 1-2.
5. Thobeka—Lingisa UPawulu
(8 imiz.) Ingxoxo esekelwe encwajaneni ethi Thanda Abantu isifundo 4 amaphuzu 3-5 nengxenye ethi “Bheka Nale MiBhalo.”
Ingoma 74
6. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
7. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 8 ¶22-24, ibhokisi ek. 67