Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 11-17

IHUBO 18

Mashi 11-17

Ingoma 148 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

1. ‘UJehova . . . UnguMkhululi Wami’

(10 imiz.)

UJehova unjengedwala, isiphephelo nehawu (Hu 18:​1, 2; w09 5/1 14 ¶4-5)

UJehova uyasizwa lapho sikhalela usizo (Hu 18:6; it-2-E 1161 ¶7)

UJehova uyasisiza (Hu 18:​16, 17; w22.04 3 ¶1)

UJehova angase akhethe ukulususa uvivinyo esibhekene nalo, njengoba ayenza ngezinye izikhathi kuDavide. Nokho, ngokuvamile uNkulunkulu usenzela ‘indlela yokuphuma’ ngokusinika esikudingayo ukuze sikwazi ukukhuthazelela uvivinyo.—1Ko 10:13.

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 18:10—Kungani umhubi achaza uJehova ngokuthi ugibele ikherubi? (it-1-E 432 ¶2)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Yiba Nomusa—Lokho UJesu Akwenza

(7 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO, ngemva kwalokho xoxani ngencwajana ethi Thanda Abantu isifundo 3 amaphuzu 1-2.

5. Yiba Nomusa—Lingisa UJesu

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 60

6. Izidingo Zebandla

(5 imiz.)

7. Okufezwa Inhlangano ngoMashi

(10 imiz.) Dlala IVIDIYO.

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 69 Nomthandazo