Mashi 18-24
IHUBO 19-21
Ingoma 6 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. “Amazulu Amemezela Inkazimulo KaNkulunkulu”
(10 imiz.)
Indalo kaJehova imemezela inkazimulo yakhe (Hu 19:1; w04 1/1 8 ¶1-2)
Ilanga liyindalo emangalisayo (Hu 19:4-6; w04 6/1 11 ¶8-10)
Kufanele sifunde endalweni kaNkulunkulu (Mat 6:28; g95 11/8 7 ¶3)
NAKHU ENINGAKWENZA EKUKHULEKELENI KOMNDENI: Bukani indalo bese nixoxa ngalokho enifundisa kona ngoJehova.
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
Hu 19:7-9—La mavesi asankondlo ayisibonelo sendlela ekhethekile yokubhala inkondlo yesiHebheru ngamuphi umqondo? (it-1-E 1073)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) Hu 19:1-14 (th isifundo 11)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) UKUSHUMAYELA OBALA. Nikeza othile isimemo seSikhumbuzo bese usebenzisa i-jw.org ukuze uthole iSikhumbuzo esiseduze nalapho ehlala khona. (lmd isifundo 2 iphuzu 3)
5. Ukuqala Ingxoxo
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Yamukela umuntu oze eSikhumbuzweni ngoba ethole isimemo emnyango. Hlela isikhathi ozophendula ngaso imibuzo yakhe. (lmd isifundo 3 iphuzu 4)
6. Ukuchaza Izinkolelo Zakho
(5 imiz.) Inkulumo. ijwfq 45—Isihloko: Kungani OFakazi BakaJehova Begcina ISidlo SeNkosi Sakusihlwa Ngendlela Ehlukile Kweyezinye Izinkolo? (th isifundo 6)
Ingoma 141
7. Yakha Ukholo Lwakho Ngokubuka Indalo
(15 imiz.) Ingxoxo. Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
Indalo ikwenza kanjani ube nokholo kuMdali?
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 7 ¶9-13, ibhokisi ek. 56