Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

Mashi 25-31

IHUBO 22

Mashi 25-31

Ingoma 19 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)

INGCEBO ESEZWINI LIKANKULUNKULU

Amasosha enza inkatho ukuze abelane ngezingubo zikaJesu zangaphandle

1. IBhayibheli Labikezela Imininingwane Ephathelene Nokufa KukaJesu

(10 imiz.)

Kwakuyobonakala sengathi uNkulunkulu umshiyile uJesu (Hu 22:1; w11 8/15 15 ¶16)

UJesu wayeyothukwa abantu (Hu 22:​7, 8; w11 8/15 15 ¶13)

Kwakuyohlukaniswa izingubo zikaJesu ngenkatho (Hu 22:18; w11 8/15 15 ¶14; bheka isithombe esisekhasini 1)

ZIBUZE,IHubo 22 liluqinisa kanjani ukholo lwami ekutheni nezinye iziprofetho zikaMesiya ziyogcwaliseka ngokuphelele, njengombhalo kaMika 4:4?’

2. Amagugu Angokomoya

(10 imiz.)

  • Hu 22:22—Yiziphi izindlela ezimbili esingamlingisa ngazo umhubi namuhla? (w06 11/1 29 ¶7; w03 9/1 20 ¶1)

  • Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?

3. Ukufundwa KweBhayibheli

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

4. Ukuqala Ingxoxo

(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. (lmd isifundo 4 iphuzu 4)

5. Ukubuyela Koxoxe Naye

(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Phinde ukhulume nomuntu owazana naye ovumile ukuthi uzoba khona eSikhumbuzweni. (lmd isifundo 4 iphuzu 3)

6. Inkulumo

(5 imiz.) w20.07 12-13 ¶14-17—Isihloko: Indlela Isiprofetho SeBhayibheli Esakha Ngayo Ukholo Oluqinile. (th isifundo 20)

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Ingoma 95

7. Izidingo Zebandla

(15 imiz.)

8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla

Amazwi Okuphetha (3 imiz.) | Ingoma 53 Nomthandazo