Ephreli 14-20
IZAGA 9
Ingoma 56 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Yiba Umuntu Ohlakaniphile, Ungabi Umhleki Wosulu
(10 imiz.)
Umhleki wosulu akasamukeli iseluleko sothando kunalokho uyamcasukela umuntu omelulekayo (IzA 9:7, 8a; w22.02 9 ¶4)
Umuntu ohlakaniphile uyasazisa iseluleko nomuntu omelulekayo (IzA 9:8b, 9; w22.02 12 ¶12-14; w01 5/15 30 ¶1-2)
Umuntu ohlakaniphile uyazuza eselulekweni kodwa umhleki wosulu uyobhekana nemiphumela ebuhlungu (IzA 9:12; w01 5/15 30 ¶5)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
IzA 9:17—Ayini “amanzi ebiwe” futhi kungani kuthiwa “amtoti”? (w06 9/15 17 ¶5)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) IzA 9:1-18 (th isifundo 5)
4. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Umninikhaya ubeyile eSikhumbuzweni. (lmd isifundo 8 iphuzu 3)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. Esikhathini esidlule umsizile lo muntu ukuba athole ukuthi sikuphi iSikhumbuzo esiseduze kwalapho ehlala khona. (lmd isifundo 7 iphuzu 4)
6. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Esikhathini esidlule usize isihlobo sakho ukuba sithole ukuthi sikuphi iSikhumbuzo esiseduze kwalapho sihlala khona. (lmd isifundo 8 iphuzu 4)
Ingoma 84
7. Ingabe Amalungelo Akwenza Ube Ngcono Kunabanye?
(15 imiz.) Ingxoxo.
Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo:
Lisho ukuthini igama elithi “ilungelo”?
Kufanele bazibheke kanjani abantu abanamalungelo ebandleni?
Kungani amalungelo okukhonza abanye ebaluleke kakhulu kunezikhundla?
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 25 ¶5-7, ibhokisi ek. 200