Ephreli 7-13
IZAGA 8
Ingoma 89 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Lalela Ukuhlakanipha KukaJesu
(10 imiz.)
UJesu, obizwa ngokuthi ukuhlakanipha encwadini yezAga, wadalwa uJehova ‘waba ngukuqala kwendlela yakhe’ (IzA 8:1, 4, 22; cf 131 ¶7)
Ukuhlakanipha nothando lukaJesu ngoBaba wakhe kwakhula phakathi neminyaka emininginingi esebenza noJehova ngesikhathi kudalwa izinto (IzA 8:30, 31; cf 131-132 ¶8-9)
Uma simlalela uJesu, siyazuza ekuhlakanipheni kwakhe (IzA 8:32, 35; w09 4/15 31 ¶14)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
IzA 8:1-3—Ukuhlakanipha kuqhubeka kanjani “kumemeza kakhulu”? (g 5/14 16)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) IzA 8:22-36 (th isifundo 10)
4. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Phendula imibuzo yomuntu ocabangela ukuya eSikhumbuzweni kodwa ofuna ukwazi ukuthi kuzokwenziwani khona. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)
5. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Yamukela umuntu oze eSikhumbuzweni ngoba ethole isimemo ngaphansi kwesicabha bese uphendula imibuzo anayo ngemva kwesimiso. (lmd isifundo 3 iphuzu 5)
6. Chaza Izinkolelo Zakho
(5 imiz.) Inkulumo. ijwbq isihloko 160—Isihloko: Kungani UJesu Ebizwa Ngokuthi INdodana KaNkulunkulu? (th isifundo 1)
Ingoma 105
7. Izidingo Zebandla
(15 imiz.)
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 25 ¶1-4, ibhokisi ek. 199