Mashi 10-16
IZAGA 4
Ingoma 36 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. “Qapha Inhliziyo Yakho”
(10 imiz.)
Igama elithi “inhliziyo” libhekisela kulokho esiyikho ngaphakathi (Hu 51:6; w19.01 15 ¶4)
Into ebaluleke kakhulu ukuba siyiqaphe (IzA 4:23a; w19.01 17 ¶10-11; 18 ¶14; bheka isithombe esisekhasini 1)
Ukuphila kwethu kuxhomeke esimweni senhliziyo yethu engokomfanekiso (IzA 4:23b; w12 5/1 32 ¶2)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
IzA 4:18—Leli vesi lingasebenza kanjani endleleni umKristu akhula ngayo ngokomoya? (w21.08 8 ¶4)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) IzA 4:1-18 (th isifundo 12)
4. Ukuqala Ingxoxo
(3 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Umuntu ubonisa ukuthi uyathanda ukulalela ngemva kokuthola isimemo seSikhumbuzo. (lmd isifundo 1 iphuzu 5)
5. Ukuqala Ingxoxo
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Memela othile omaziyo eSikhumbuzweni. (lmd isifundo 2 iphuzu 3)
6. Chaza Izinkolelo Zakho
(5 imiz.) Umboniso. ijwfq isihloko 19—Isihloko: Kungani OFakazi BakaJehova Bengawagubhi Ama-Easter? (lmd isifundo 3 iphuzu 4)
Ingoma 16
7. Okufezwe Inhlangano KwangoMashi
(10 imiz.) Dlala IVIDIYO.
8. Umkhankaso WeSikhumbuzo Uzoqala NgoMgqibelo, NgoMashi 15
(5 imiz.) Inkulumo ebekwa umbonisi wenkonzo. Chaza amalungiselelo ebandla enzelwe umkhankaso, inkulumo ekhethekile neSikhumbuzo. Bakhuthaze bonke ukuba bandise inkonzo yabo phakathi kukaMashi no-Ephreli.
9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 23 ¶16-19, ibhokisi ek. 188