Mashi 24-30
IzAga 6
Ingoma 11 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Yini Esingayifunda Entuthwaneni?
(10 imiz.)
Singafunda izifundo eziwusizo lapho sibheka izintuthwane (IzA 6:6)
Nakuba zingenambusi, zisebenza kanzima, ziyabambisana, zilungiselele nekusasa, konke lokhu zikwenza ngomzwelo wemvelo (IzA 6:7, 8; it-1-E 115 ¶1-2)
Singazuza uma silingisa intuthwane (IzA 6:9-11; w00 9/15 26 ¶3-4)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
-
IzA 6:16-19—Ingabe izono ezibalwe kula mavesi yizona kuphela uJehova azizondayo? (w00 9/15 27 ¶3)
-
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) IzA 6:1-26 (th isifundo 10)
4. Ukuqala Ingxoxo
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Mema isihlobo sakho esipholile usimemele enkulumweni ekhethekile naseSikhumbuzweni. (lmd isifundo 4 iphuzu 3)
5. Ukuqala Ingxoxo
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Cela kumqashi wakho isikhathi sokuya eSikhumbuzweni. (lmd isifundo 3 iphuzu 3)
6. Ukuqala Ingxoxo
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Memela umuntu enkulumweni ekhethekile naseSikhumbuzweni. (lmd isifundo 5 iphuzu 3)
Ingoma 2
7. Indalo Ifakazela Ukuthi UJehova Ufuna Sijabule—Izilwane Ezimangalisayo
(5 imiz.) Ingxoxo.
Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli:
-
Izilwane zisifundisani ngoJehova?
8. Izidingo Zebandla
(10 imiz.)
9. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 24 ¶7-12, ibhokisi ek. 193