Mashi 31–Ephreli 6
IZAGA 7
Ingoma 34 Nomthandazo | Amazwi Okuvula (1 umz.)
1. Gwema Izimo Ezingakufaka Esilingweni
(10 imiz.)
Osemusha ongenalo ulwazi uya ngamabomu endaweni eyaziwayo ukuthi inezifebe (IzA 7:7-9; w00 11/15 29 ¶5)
Kuza isifebe kuye sizomyenga (IzA 7:10, 13-21; w00 11/15 30 ¶4-6)
Uyavuna ngenxa yokuba sendaweni engamfaka esilingweni (IzA 7:22, 23; w00 11/15 31 ¶2)
2. Amagugu Angokomoya
(10 imiz.)
IzA 7:3—Kusho ukuthini ukubophela imiyalo kaNkulunkulu eminweni yethu nokuyibhala ezinhliziyweni zethu? (w00 11/15 29 ¶1)
Yimaphi amagugu owathole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
3. Ukufundwa KweBhayibheli
(4 imiz.) IzA 7:6-20 (th isifundo 2)
4. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) ENDLINI NGENDLU. Esikhathini esidlule, umninikhaya usamukele isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukulalela. (lmd isifundo 9 iphuzu 5)
5. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA NGOKWETHUKELA. Engxoxweni edlule, umuntu usamukele isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukulalela. (lmd isifundo 9 iphuzu 4)
6. Ukubuyela Koxoxe Naye
(4 imiz.) UKUSHUMAYELA EZINDAWENI ZOMPHAKATHI. Engxoxweni edlule, umuntu usamukele isimemo seSikhumbuzo futhi wabonisa ukuthi uyathanda ukulalela. (lmd isifundo 9 iphuzu 3)
Ingoma 13
7. Esinye Isikhathi Esikahle (Luk 4:6)
(15 imiz.) Ingxoxo.
Dlala IVIDIYO. Ngemva kwalokho, buza izilaleli le mibuzo:
Walingwa kanjani uJesu futhi thina singalingwa kanjani ngezindlela ezifanayo?
Singalwa kanjani nezilingo zikaDeveli?
8. ISifundo SeBhayibheli Sebandla
(30 imiz.) bt isahl. 24 ¶13-21