INCWAJANA YOMHLANGANO WOKUPHILA NENKONZO Meyi 2016
Izintshumayelo Ezisikiselwe
Amacebiso okuhambisa i-Nqabayokulinda nencwadi Okufundiswa IBhayibheli. Sebenzisa lezi zibonelo ukuze uzakhele ezakho izintshumayelo.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukuthandazela Abanye Kuyamjabulisa UJehova
UNkulunkulu watshela uJobe ukuba athandazele abangane bakhe abangenamusa. UJobe wabusiswa kanjani ngokholo nangokukhuthazela? (Jobe 38-
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Ingabe Uyayisebenzisa I-JW Library?
Ungayithola kanjani le app? Ingakusiza kanjani emihlanganweni yebandla nasensimini?
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ukuze Sibe Nokuthula NoJehova Kudingeka Sihloniphe INdodana Yakhe, UJesu
Izizwe zisabele kanjani egunyeni likaJesu? Kungani kubalulekile ukuba sihloniphe iNkosi kaNkulunkulu egcotshiwe? (IHubo 2)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Ngubani Ongaba Yisimenywa Etendeni LikaJehova?
IHubo 15 lichaza lokho uJehova uNkulunkulu akubhekayo kumngane.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izindlela Zokusebenzisa I-JW Library
Izindlela zokusebenzisa le app esifundweni somuntu siqu, emihlanganweni nasenkonzweni.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Iziprofetho Zinikeza Imininingwane NgoMesiya
Bona indlela iziprofetho zikaMesiya ezikumaHubo 22 ezagcwaliseka ngayo kuJesu.
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
Bheka KuJehova Ukuze Uthole Isibindi
Yini engasisiza sibe nesibindi njengoDavide? (IHubo 27)