Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

May 16-22

AMAHUBO 11-18

May 16-22
  • INgoma 106 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ngubani Ongaba Yisimenywa Etendeni LikaJehova?”: (10 imiz.)

    • IHu 15:1, 2—Kumelwe sikhulume iqiniso ezinhliziyweni zethu (w03 8/1 13 18; w89 9/15 27 ¶1)

    • IHu 15:3—Kumelwe sibe qotho ekukhulumeni kwethu (w89 10/15 12 ¶10-11; w89 9/15 27 ¶3-4; it-2-E 779)

    • IHu 15:4, 5—Kumelwe sethembeke kukho konke ukuziphatha kwethu (w06 5/15 19 ¶2; w89 9/15 28 ¶5-30; it-1-E 1211 ¶3)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • IHu 11:3—Lisho ukuthini leli vesi? (w06 5/15 18 ¶3; w05 5/15 32 ¶2)

    • IHu 16:10—Lesi siprofetho sagcwaliseka kanjani kuJesu Kristu? (w11 8/15 16 ¶19; w05 5/1 14 ¶9)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 18:1-19

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) wp16.3 16—Funda umBhalo emshinini ophathwayo.

  • Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) wp16.3 16—Funda imiBhalo kuyi-JW Library ukuze umninikhaya ayibone ngolimi lwakhe.

  • Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 100-101 ¶10-11—Bonisa umfundi kafushane ukuthi angayisebenzisa kanjani i-JW Library ukuze acwaninge ngombuzo awubuzile.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

  • INgoma 70

  • Izindlela Zokusebenzisa I-JW Library—Ingxenye 1: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala futhi uxoxe kafushane nge-video ethi Faka Ama-bookmark Futhi Uwahlele nethi Sebenzisa Obukuvulile. Yibe usuxoxa ngezihlokwana ezimbili zokuqala esihlokweni. Cela izilaleli zisho ezinye izindlela eziye zayisebenzisa ngazo i-JW Library esifundweni somuntu siqu nasemihlanganweni yebandla.

  • ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 15 ¶15-26, ukubukeza ek. 134

  • Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)

  • INgoma 43 Nomthandazo