May 30–June 5
AMAHUBO 26-33
INgoma 23 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Bheka KuJehova Ukuze Uthole Isibindi”: (10 imiz.)
IHu 27:1-3—Ukucabanga ngendlela uJehova ayisibani sethu ngayo kusinika isibindi (w12 7/15 22-23 ¶3-6)
IHu 27:4—Ukwazisa ngokukhulekela kweqiniso kuyasiqinisa (w12 7/15 24 ¶7)
IHu 27:10—UJehova ukulungele ukusekela izinceku zakhe lapho abanye bezishiya (w12 7/15 24 ¶9-10)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 26:6—Silizungeza kanjani i-altare likaJehova njengoDavide? (w06 5/15 19 ¶11)
IHu 32:8—Iyiphi inzuzo yokuthola ukuqonda okuvela kuJehova? (w09 6/1 5 ¶3)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 32:1–33:8
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) kt—Funda umbhalo emshinini ophathwayo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) Makube nomboniso wokukhulumela isifundo seBhayibheli kothile ongumzila kamagazini ngokumbonisa i-video ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? kuyi-JW Library.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) jl isifundo 9—Kafushane bonisa omfundelayo indlela yokusebenzisa i-JW Library ukuze alungiselele imihlangano.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo zebandla: (15 imiz.) Noma ningase nikhethe ukuxoxa ngezifundo ezitholakala kuyi-Ncwadi Yonyaka (yb16 112-113; 135-136)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 16 ¶16-29, ibhokisi ek. 142, ukubukeza ek. 144
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 16 Nomthandazo