May 9-15
AMAHUBO 1-10
INgoma 99 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Ukuze Sibe Nokuthula NoJehova Kudingeka Sihloniphe INdodana Yakhe, UJesu”: (10 imiz.)
[Dlala i-video ethi Isethulo SamaHubo.]
IHu 2:1-3—Kwakuprofethiwe ukuthi ababusi bayoba nobutha noJehova noJesu (w04 7/15 16-17 ¶4-8; it-1-E 507; it -2-E 386 ¶3)
IHu 2:8-12—Yilabo kuphela abahlonipha iNkosi kaJehova egcotshiwe abayothola ukuphila (w04 8/1 5 ¶2-3)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 2:7—Siyini ‘isinqumo sikaJehova’? (w06 5/15 17 ¶6)
IHu 3:2—Kusho ukuthini ukuthi Sela? (w06 5/15 18 ¶2)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 8:1–9:10
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.3—Funda umBhalo emshinini ophathwayo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) isembozo se-wp16.3—Umninikhaya makangahambisani nokusebenzisa kwakho INguqulo Yezwe Elisha. Yibe usumbonisa kuyi-JW Library ukuthi enye inguqulo ithini.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 12 ¶12-13—Khuthaza umfundi ukuba adawunilode i-JW Library emshinini wakhe ophathwayo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Hlonipha Indlu KaJehova: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ethi Yiba Umngane KaJehova—Hlonipha Indlu KaJehova. (Vula ingxenye ethi IZIMFUNDISO ZEBHAYIBHELI > IZINGANE.) Ngemva kwalokho, cela izingane ezincane ziye esiteji bese uzibuza imibuzo ngale video.
Igama LikaNkulunkulu EmiBhalweni YesiHebheru: (10 imiz.) Inkulumo esekelwe encwajaneni ethi INsiza-kufunda YeZwi LikaNkulunkulu, ingxenye 1.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 15 ¶1-14, ibhokisi ek. 138
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 11 Nomthandazo