Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

May 2-8

JOBE 38-42

May 2-8
  • INgoma 63 Nomthandazo

  • Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

  • Ukuthandazela Abanye Kuyamjabulisa UJehova”: (10 imiz.)

    • Jobe 42:7, 8—UJehova wayelindele ukuba uJobe athandazele u-Elifazi, uBhilidadi noZofari (w13 6/15 21 ¶17; w98 5/1 30 ¶3-6)

    • Jobe 42:10—UJehova welapha uJobe ngemva kokuba ebathandazele (w98 5/1 31 ¶3)

    • Jobe 42:10-17—UJehova wambusisa kakhulu uJobe ngenxa yokholo nokukhuthazela kwakhe (w94 11/15 20 ¶19-20)

  • Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)

    • Jobe 38:4-7—Zingobani “izinkanyezi zokusa,” futhi yini esiyaziyo ngazo? (bh 97 ¶3)

    • Jobe 42:3-5—Yini esingayenza ukuze sibone uNkulunkulu ngendlela uJobe ambona ngayo? (w15 10/15 7-8 ¶16-17)

    • Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?

    • Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?

  • Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Jobe 41:1-26

YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI

  • Lungiselela Izintshumayelo Zale Nyanga: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala i-video ngayinye yentshumayelo esikiselwe, bese nixoxa ngokuvelele kuyo. Bhekisela kwesithi “Izindlela Zokusebenzisa I-JW Librarylapho uxoxa ngokusetshenziswa kwemishini ephathwayo. Khumbuza izilaleli ukubika inyanga ngayinye inani lezikhathi ezibukise ngazo othile i-video ensimini. Khuthaza abamemezeli ukuba bazakhele eyabo intshumayelo.

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU