May 23-29
AMAHUBO 19-25
INgoma 116 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Iziprofetho Zinikeza Imininingwane NgoMesiya”: (10 imiz.)
IHu 22:1—Kwakungase kubonakale sengathi uNkulunkulu umshiyile uMesiya (w11 8/15 15 ¶16)
IHu 22:7, 8—UMesiya wayeyozondwa (w11 8/15 15 ¶13)
IHu 22:18—Kwakuyokwenziwa unkatho ngezingubo zikaMesiya (w11 8/15 15 ¶14)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
IHu 19:14—Yisiphi isifundo esisithola kuleli vesi? (w06 5/15 19 ¶8)
IHu 23:1, 2—UJehova unguMalusi onothando ngayiphi indlela? (w02 9/15 32 ¶1-2)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kungifundisani ngoJehova?
Yimaphi amaphuzu asekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto engingawasebenzisa enkonzweni yasensimini?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) IHu 25:1-22
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ekuhambeleni Kokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) bh—Funda umbhalo emshinini ophathwayo.
Empindelweni: (4 imiz. noma ngaphansi) bh—Sebenzisa isici sokufuna se-JW Library ukuze uthole ivesi eliphendula umbuzo womninikhaya.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bh 129-130 ¶11-12—Bonisa umfundi kafushane ukuthi angayisebenzisa kanjani i-JW Library ukuze alungiselele isifundo sakhe emshinini wakhe ophathwayo.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Izindlela Zokusebenzisa I-JW Library”—Ingxenye 2: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala kafushane i-video ethi Dawuniloda AmaBhayibheli Futhi Uwahlele nethi Cinga EBhayibhelini Noma Encwadini. Yibe usuxoxa ngesihlokwana sokugcina esihlokweni. Cela izilaleli zisho ezinye izindlela eziye zasebenzisa ngazo i-JW Library enkonzweni.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) ia isahl. 16 ¶1-15
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 139 Nomthandazo