Meyi 14-20
MARKU 9-10
INgoma 22 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Umbono Oqinisa Ukholo”: (10 imiz.)
Mar 9:1—UJesu uthembisa abanye babaphostoli bakhe ukuthi bazobona umbono wenkazimulo azoba nayo eMbusweni wakhe (w05 1/15 12 ¶9-10)
Mar 9:2-6—UPetru, uJakobe noJohane babona uJesu oguqulwe isimo exoxa ‘no-Eliya noMose’ (w05 1/15 12 ¶11)
Mar 9:7—UJehova waqinisekisa ngezwi lakhe ukuthi uJesu uyiNdodana yakhe (iphuzu lokucwaninga elithi “izwi,” elikuMar 9:7, kuyi-nwtsty-E)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Mar 10:6-9—Isiphi isimiso esiphathelene nomshado uJesu asiqokomisa? (w08 2/15 30 ¶8)
Mar 10:17, 18—Kungani uJesu alungisa indoda ethile eyambiza ngokuthi “Mfundisi Omuhle”? (amaphuzu okucwaninga: “Mfundisi Omuhle,” “Akekho omuhle, ngaphandle koyedwa, uNkulunkulu,” akuMar 10:17, 18, kuyi-nwtsty-E)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 9:1-13
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (2 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Okokuqala: (5 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Inkulumo: (6 imiz. noma ngaphansi) w04 5/15 30-31—Isihloko: Asho Ukuthini Amazwi KaJesu AkuMarku 10:25?
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Lokho UNkulunkulu Akuhlanganisile . . . ”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Uthando Nenhlonipho Kwenza Imindeni Ibe Nobunye.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv Isithasiselo emak. 215-218
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 66 Nomthandazo