Meyi 7-13
MARKU 7-8
INgoma 13 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (3 imiz. noma ngaphansi)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Thatha Isigxobo Sakho Sokuhlushwa Uqhubeke Ungilandela”: (10 imiz.)
Mar 8:34—Ukuze silandele uKristu kumelwe sizidele (iphuzu lokucwaninga elithi “makazidele,” elikuMar 8:34, kuyi-nwtsty-E; w92 8/1 17 ¶14)
Mar 8:35-37—UJesu ubuza imibuzo emibili esenza sicabange, esisiza sigxile ezintweni ezibaluleke kakhulu (w08 10/15 25-26 ¶3-4)
Mar 8:38—Kudingeka sibe nesibindi ukuze silandele uKristu (jy-E 143 ¶4)
Ukumba Sifuna Ingcebo Engokomoya: (8 imiz.)
Mar 7:5-8—Kungani ukugeza izandla kwakuyindaba enkulu kubaFarisi? (w16.08 30 ¶1-4)
Mar 7:32-35—Kungani indlela uJesu aphatha ngayo indoda eyisithulu iyisibonelo esihle? (w00 2/15 17-18 ¶9-11)
Ukufundwa kweBhayibheli kwaleli sonto kukufundiseni ngoJehova?
Iyiphi enye ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz. noma ngaphansi) Mar 7:1-15
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Nixoxa Okokuqala: (4 imiz.) Dlala ividiyo bese nixoxa ngayo.
Lapho Ubuyela Okokuqala: (3 imiz. noma ngaphansi) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho.
Esifundweni SeBhayibheli: (6 imiz. noma ngaphansi) bhs 166 ¶6-7.
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Izidingo Zebandla: (5 imiz.)
“Lungiselela Izingane Zakho Ukuba Zilandele UKristu”: (10 imiz.) Ingxoxo.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) lv isahl. 7 ¶20-28
Ukubukeza Okulandelwa Amabal’ engwe Angesonto Elizayo (3 imiz.)
INgoma 60 Nomthandazo