Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

UKUPHILA NJENGAMAKRISTU

Prepare Your Children to Follow Christ

Prepare Your Children to Follow Christ

Ayikho into ejabulisa abazali abangamaKristu njengokubona ingane yabo ‘izidela ithatha isigxobo sayo sokuhlushwa ilandela’ uJesu “njalo.” (Mar 8:34; 3Joh 4) Yini abazali abangayenza ukuze balungiselele ingane yabo ukuba ilandele uJesu, inikezele ukuphila kwayo kuJehova bese ibhaphathizwa? Iziphi ezinye zezinto ezibonisa ukuthi ingane isikulungele ukuthatha isinyathelo esibalulekile sokubhaphathizwa?

Funda “Umyalezo Oya Kubazali AbangamaKristu” osekhasini 165 kuya ku-166 encwadini ethi Ukuhlelelwa Ukwenza Intando KaJehova, bese uphendula le mibuzo elandelayo:

  1. Uyini umfundi?

  2. Yini okufanele abazali bayifundise izingane zabo?

  3. Izingane kufanele ziyisebenzise kanjani imiBhalo elandelayo ngokweminyaka yazo, ukuze zifanelekele ukubhaphathizwa?