Juni 14-20
DUTERONOMI 5-6
Ingoma 134 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Qeqesha Izingane Zakho Ukuba Zithande UJehova”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 5:21—Umthetho ophathelene nokuhaha usifundisani? (w19.02 22 ¶11)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 5:1-21 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Cela umninikhaya ukuthi ufunde naye iBhayibheli bese wethula ividiyo ethi Siqhutshwa Kanjani Isifundo SeBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 9)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yenza intshumayelo yakho ivumelane nezidingo zomninikhaya bese umfundela umBhalo ohambisana nalokho. (th isifundo 12)
Isifundo SeBhayibheli: (5 imiz.) fg isifundo 9 ¶6-7 (th isifundo 8)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
“Yibani Nothando Emndenini”: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Bonisa Uthando Olungapheli Emndenini Wakho.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 9 ¶27-32, ibhokisi 9C no-9D
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 111 Nomthandazo