Juni 21-27
DUTERONOMI 7-8
Ingoma 136 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Akumelwe Niganiselane Nazo”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 8:3—Yini esingayifunda endleleni uJehova alungiselela ngayo imana? (w04 2/1 13 ¶4)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 7:1-16 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Memela umuntu emihlanganweni yethu. (th isifundo 15)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 9)
Inkulumo: (5 imiz.) w06 1/1 28 ¶14-15—Isihloko: Ungamkhohlwa UJehova. (th isifundo 7)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Okufezwa Inhlangano: (5 imiz.) Dlala ividiyo kaJuni ethi Okufezwa Inhlangano.
Izidingo Zebandla: (10 imiz.)
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 9 ¶33-39 nebhokisi 9E
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 145 Nomthandazo