Juni 28–Julayi 4
DUTERONOMI 9-10
Ingoma 49 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Yini UJehova UNkulunkulu Wakho Ayicela Kuwe?”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Dut 9:1-3—Nakuba amadodana ama-Anaki ‘ayemakhulu emade,’ kungani kwakungafanele ama-Israyeli awesabe? (it-1-E 103)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Dut 10:1-22 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnikeze okuthile okuseBhokisini Lamathuluzi Okufundisa. (th isifundo 3)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali) bese nixoxa ngayo. (th isifundo 9)
Isifundo SeBhayibheli: (5 imiz.) fg isifundo 12 ¶4-5 (th isifundo 18)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Imidlalo Yamavidiyo: Ingabe Uyawina Ngempela?: (7 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Yibe usubuza izilaleli le mibuzo: Ingakulahlekisela kanjani imidlalo yamavidiyo? Yiziphi izinto ezibaluleke ukudlula imidlalo yamavidiyo? (Efe 5:15, 16) Imidlalo yamavidiyo oyikhethayo ibonisa ukuthi ungumuntu onjani? Ungenza kanjani ukuthi kube uwena owinayo?
“Nquma Ngokuhlakanipha Endabeni Yotshwala”: (8 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Cabanga Ngemiphumela Yokuphuza.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 10 ¶1-7, ividiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 3 Nomthandazo