Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Imithetho KaJehova Ihlakaniphile Futhi Ilungile

Imithetho KaJehova Ihlakaniphile Futhi Ilungile

Uma silalela imithetho kaNkulunkulu sibonisa ukuthi sihlakaniphile futhi sinokuqonda (Dut 4:6; it-2-E 1140 ¶5)

Uma abaningi bebona indlela esenza ngayo izinto bayaqaphela ukuthi imithetho kaNkulunkulu ihlakaniphile (Dut 4:6; w99 11/1 20 ¶6-7)

Indlela yokuphila yabantu bakaJehova ingcono kakhulu kweyabantu abangamkhonzi (Dut 4:7, 8; w07 8/1 29 ¶13)

Abantu abaningi badonseleka enhlanganweni kaJehova lapho bebona indlela abaziphatha kahle ngayo labo abaphila ngemithetho nezimiso zikaNkulunkulu.

Yiziphi izibusiso oye wazithola ngenxa yokulandela isiqondiso sikaJehova esihlakaniphile?