Meyi 10-16
NUMERI 30-31
Ingoma 51 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Gcina Izifungo Zakho”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 30:10-12—Sazi kanjani ukuthi u-Elkana wayehambisana nesifungo sikaHana sokunikela ngoSamuweli ukuba ayokhonza uJehova ethempelini? (1Sa 1:11; it-2-E 28 ¶1)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 30:1-16 (th isifundo 5)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Ividiyo Ebonisa Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: Injongo KaNkulunkulu—Isaya 55:11. Yimise ividiyo lapho isathule okwesikhashana bese ubuza izilaleli imibuzo evela kwividiyo.
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. (th isifundo 6)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (5 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Mnike incwadi esifundisa ngayo bese uqala isifundo seBhayibheli. (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Funda Ukukhuthazela Endalweni: (15 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Yibe usubuza le mibuzo elandelayo ngokuphathelene nesitshalo nesilwane ngasinye esikule vidiyo. Lezi zinto ezidaliwe zisifundisani ngokukhuthazela? Singakhuthazela kanjani ngendlela efanayo ekuphileni kwethu kobuKristu?
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 8 ¶16-22
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 4 Nomthandazo