Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

Gcina Izifungo Zakho

Gcina Izifungo Zakho

Lapho ama-Israyeli enza izifungo, kwakudingeka ukuba azigcine (Num 30:2; it-2-E 1162)

Kulezo zifungo kwakungase kubalwe nokungenzi izinto ezithile nakuba zazivunyelwe (Num 30:3, 4; it-2-E 1162)

Manje uJehova ulindele ukuba isikhonzi ngasinye sigcine isifungo saso (Num 30:6-9; w04 8/1 27 ¶3)

Namuhla izifungo ezimbili ezibaluleke kakhulu umKristu angazenza yisifungo sokuzinikezela nesomshado.

ZIBUZE, ‘Ingabe ngiyazenza izinto engafunga ukuthi ngizozenza?’