Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU

“Nibaxoshe Bonke Abakhe Ezweni”

“Nibaxoshe Bonke Abakhe Ezweni”

UJehova wayala abantu bakhe ukuba basuse noma yini eyayiseZweni Lesithembiso eyayingabenza bangathembeki kuye (Num 33:52; w10 8/1 23)

UJehova wayezobabusisa uma benza umzamo wokulithatha lonke izwe (Num 33:53)

Kwakuzoba nezinkinga uma ama-Israyeli ayengazinqobi ngokuphelele izitha zawo (Num 33:55, 56; w08 2/15 27 ¶5-6; it-1-E 404 ¶2)

Ukuze sijabulise uJehova kumelwe siyeke noma yini ephambana neziqondiso zokuziphatha ezivela kuye nalokho okungaphazamisa ubuhlobo bethu naye. (Jak 1:21) UJehova angasinika amandla okunqoba noma yimiphi imikhuba yesono nokuthi sigweme amathonya ayingozi aleli zwe.