Meyi 24-30
NUMERI 34-36
Ingoma 33 Nomthandazo
Amazwi Okuvula (1 umz.)
AMAGUGU ASEZWINI LIKANKULUNKULU
“Phephela KuJehova”: (10 imiz.)
Ingcebo Engokomoya: (10 imiz.)
Num 35:31—Kungani u-Adamu no-Eva bengeke bazuze emhlatshelweni kaJesu wesihlengo? (w91 2/15 13 ¶13)
Iyiphi ingcebo oyithole ekufundweni kweBhayibheli kwaleli sonto mayelana noJehova, inkonzo yasensimini noma okunye ongathanda ukusixoxela ngakho?
Ukufundwa KweBhayibheli: (4 imiz.) Num 34:1-15 (th isifundo 10)
YIBA UMSHUMAYELI NOMFUNDISI ONGCONO ENSIMINI
Lapho Nixoxa Okokuqala: (3 imiz.) Sebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Phendula umuntu ophikisa ngendlela evamile. (th isifundo 12)
Lapho Ubuyela Koxoxe Naye: (4 imiz.) Qala ngokusebenzisa ingxenye ethi Ongase Uxoxe Ngakho. Yethula ividiyo ethi Kungani Kufanele Utadishe IBhayibheli? (kodwa ungayidlali). (th isifundo 9)
Isifundo SeBhayibheli: (5 imiz.) fg isifundo 2 ¶9-10 (th isifundo 19)
UKUPHILA NJENGAMAKRISTU
Yiba Umngane KaJehova—Isiyalo Sibonisa Uthando: (6 imiz.) Ingxoxo. Dlala le vidiyo. Uma kungenzeka, yibe usucela izingane ezimbalwa ukuba ziphendule le mibuzo: Kungani ngesinye isikhathi ungase udinge isiyalo? Sikusiza ngani isiyalo? Kungani uJehova ekuyala?
“Isiyalo Siyindlela UJehova Abonisa Ngayo Ukuthi Uyasithanda”: (9 imiz.) Ingxoxo. Dlala ividiyo ethi “UJehova Uyamyala Lowo Amthandayo”.
ISifundo SeBhayibheli Sebandla: (30 imiz.) rr isahl. 9 ¶1-9, ividiyo eyisethulo
Amazwi Okuphetha (3 imiz.)
Ingoma 93 Nomthandazo